IKURAN EYINGCWELE INCAZELO YAMA VESI AKHETHIWE NGESI ZULU

IKURAN-EYINGCWELE-INCAZELO-YAMA-VESI-AKHETHIWE-NGESI-ZULU-PDF

IKURAN-EYINGCWELE-INCAZELO-YAMA-VESI-AKHETHIWE-NGESI-ZULU-PDF

Egameni likaAllah (uNkulunkulu) Onomusa, Onesihawu.

ISANDULELO

Ibhalwe o hlonishiwe u Shaikh Salih bn Abd al-‘Aziz bn Muhammad Ål ash-Shaikh unqonqoshe wezinqubo ze Islam neze Waqf, nokudlulisa (inkolo ka Allâh) nokucebisana, nongumhloli.

We printing press.

Lonke udumo malube ku Allah inkosi yemihlaba othi encwadini yakhe eyingewele:

Ngempela unilethele ukukhanya olusuka ku Allah nencwadi ecacileyo (Kur’an eyingwele) nendumiso nokuthula kube kuye umprofethi u Muhammed (Uku thula kube naye) othi: abangcono pakathi kwenu ilabo aba funda i Kur’an bese beyifundisa.

Ekughubeni eminye yemibono omphathi wezinqubo zama mosque amabili angewele: inkosi u Fahd bn Abdul Aziz (ingathi u Allah angamsikelela) ngoku nakekela incwadi ka Allah nokusebenza ekwenzeni emphakathini kanye noku yishintshela kwezinye izi limi futhi ngenxa yenkolelo yenqonqoshe wezinqubo ze Islam neze Waqf nokudlulisa (inkolo ka Allah) nokocebisana ese Saudi Arabia e Madinah ekubalulekeni koku dlulisa incazelo ye Kor’an ngezilimi cziningi zezwe ikhona kuzo kubakhona ukuqonda kalula kulabo abangakhulumi isi-Arab.

Futhiukugewalisekisa amazwi omprefethi (Uku thula kube naye) ethi (hambisa indaba yami noma kuyivesi elilodwa) nasekusizeni abafowethu abakhuluma isi Zulu.

udumolwayo lube lula,futhi nokunikeza ngayo I Printing Press yenkosi u Fahd bn Abdul Aziz (ingathi u Allah angamsikelela) e Madinah iyajabula ukudlulisa incazelo yamavesi akhethiwe asuka kwi Kor’an aye kumfundi ngolwimi lwesi Zulu.

Beku ngumsobenzi ka sh Omar Moleleki futhi iphindwe yahlolwa u sh Jamiel kobus no sh Ismail Gqamane ngokucelwa i Printing Press ye Kor’an e Madinah.

Sithanda ukubonga u Allah ophezulu kwakho konkengokusinika amandla ukufeza lezenzo ezinhle, futhi siyathemba loku kunga oku ka Allah ngempela futhi kube okokusiza abantu.

Siyaqonda futhi nokuthi incazelo ye Kor’an ngezinye izilimi angeke ukhone ukunikeza incazelo ephelele etholakala kwi Kor’an.

Siyathemba nokuthi wonke umfundi ofunda lencazelo uma ethola nomaliphi iphutha uzosazisa sizokhona ukuwalungisa ngokuzayo, Insha Allah.

O, Nkosi yethu! Amukela (lomsebenzi) wethu, ngempela Wena Uzwa konke, Wazi konke!

Landa incwadi

PDF (5.2 MB)