IKURAN EYINGCWELE INCAZELO YAMA VESI AKHETHIWE NGESI ZULU
Egameni likaAllah (uNkulunkulu) Onomusa, Onesihawu. ISANDULELO Ibhalwe o hlonishiwe u Shaikh Salih bn Abd al-‘Aziz bn Muhammad Ål ash-Shaikh unqonqoshe wezinqubo ze Islam neze Waqf, nokudlulisa (inkolo ka Allâh) nokucebisana, nongumhloli. We printing press. Lonke udumo malube ku Allah inkosi yemihlaba othi encwadini yakhe eyingewele: Ngempela unilethele ukukhanya olusuka kuContinue Reading
Kungabe babethandaza Kanjani labaprofethi uAbraham, uMose, uJesu Kanye no Muhammad (ukuthula kube kubo)? – Ahmed Deedat
Kungabe babethandaza kanjani labaprofethi uAbraham, uMose, uJesu kanye no Muhammad (ukuthula kube kubo)? Kwake kwenzeka ngelinye ilanga uShaikh Ahmad Deedat, isifundiswa esikhulu enkolweni yobu Islam evakashele edolobheni lase Jeddah e Saudi Arabia wabe esexoxa ngesinye sezihlakalo ezake zamehlela empilweni yakhe. Wathi kwake kwenzeka wathatha iqembu lamakrestu nama Juda elivakashisa emosqueContinue Reading